About this song
Ngixolele Mtanami Lyrics
Ngixolele Mtanami is a captivating Zulu Worldwide masterpiece, brought to life by the artistic prowess of Nkeshemba. The lyrics of the song are penned by Wandile Mkhize, while the production credits go to Nkeshemba Music. Ngixolele Mtanami was released on October 3, 2025. “Ngixolele Mtanami Lyrics” has stayed with many, making it a song people naturally come back to again and again. Below, you’ll find the lyrics for Nkeshemba’s “Ngixolele Mtanami”, offering a glimpse into the profound artistry behind the song.
Listen to the complete track on Amazon Music
Choose your script
Read the Song Lyrics
Bengicela ungixolele mama womntanami
Angibanga khona es’bhedlela
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Bengicela ungixolele ngane yami
Angibanga khona ekuzalweni kwakho
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Ngesikhathi umama wakho engitshela ukuthi ukhululwe
Ngangingasebenzi ngingenayo nemali yokudla
Namathuba emisebenzi ngalesosikhathi ayengekho
Ngathatha isinqumo sokuthatha i’bhamu ngiyokhomba

Kukhona konke mntanami ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke mntanami ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele

Ngazama ngahluleka mntanami
Kumanje, ngizibona ‘ngesikhulu is’hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho ngabe nidlile

Ang’sazi ngiyophuma kanjani na?
Ang’sazi ngiyokubona kanjani na?
Angazi ngiyok’thinta kanjani wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Angazi ngiyok’bona kanjani wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Angazi ngiyok’thinta kanjani wemntanami
Ngagwetshwa udilika jele wemntanami
Ngikhumbula umama womntanami, yelele
Ngikhumbula ingane yami wowu yelele

Ngagwetshwa udilika jele